lirikku.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #
.

Lirik Lagu Lira (sa) - Phakade


By: Admin | Artist: L lira sa | Published: 2024-02-07T06:47:21:00+07:00
Lirik Lagu Lira (sa) - PhakadeLirikku.ID - Lirik Lagu Lira (sa) - Phakade: Halo Lirikku.ID, Dalam konten ini, kami menyediakan chord gitar untuk lagu "Lirik Lagu Lira (sa) - Phakade" yang dinyanyikan oleh Toton L lira sa. Dengan chord yang disajikan, pemula atau penggemar musik dapat dengan mudah memainkan lagu ini dengan gitar mereka sendiri. Kami menyajikan chord dengan akurasi tinggi sehingga pemain dapat mengikuti alunan musiknya dengan baik. Juga, kami akan memberikan informasi tambahan mengenai lirik lagu dan mungkin beberapa tips untuk menyempurnakan permainan gitar. Konten ini cocok untuk penggemar musik yang ingin belajar lagu baru atau bagi mereka yang ingin menikmati kesenangan bermain musik dengan gitar. Silahkan disimak Lirik Lagu Lira (sa) - Phakade Berikut Dibawah ini untuk Selanjutnya.

[verse 1]
nguwen’ obengimcela k~mdali wam
ma ngikhuleka ngingedwa
ngicela uthathe isandla sami
unginik’ uqobo lwakho

[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

[verse 2]
sengimtholil’ engizohlala naye
ngakh’ impilo naye ngimthokzise
wena uyintokozo yam
uyisipho esihle empilweni yami
ivulekl’ inhliziyo yami
oh manje sengiholwa nguthando
ngikunika lonke ithemba lam
o akukh’ ukungabaza
ngingowakho ngunaphakade

[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanjе
kuze kube ingunaphakade
kuzе kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe ngoba
[bridge]
ngibonga ngalolu thando onginika lona
ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona
ngibonga nangegama lakho ongipha lona
lona, lona

[chorus]
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade

ngifun’ ukuba nawe phakade


Saksikan Video Lirik Lagu Lira (sa) - Phakade Berikut ini..


Lirik lagu lainnya: