lirikku.id
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #
.

Lirik Lagu Big zulu – Vuma Dlozi


By: Admin | Artist: B big zulu | Published: 2024-14-05T07:55:28:00+07:00
Lirik Lagu Big zulu – Vuma DloziLirikku.ID - Lirik Lagu Big zulu – Vuma Dlozi: Halo Lirikku.ID, Dalam konten ini, kami menyediakan chord gitar untuk lagu "Lirik Lagu Big zulu – Vuma Dlozi" yang dinyanyikan oleh Toton B big zulu. Dengan chord yang disajikan, pemula atau penggemar musik dapat dengan mudah memainkan lagu ini dengan gitar mereka sendiri. Kami menyajikan chord dengan akurasi tinggi sehingga pemain dapat mengikuti alunan musiknya dengan baik. Juga, kami akan memberikan informasi tambahan mengenai lirik lagu dan mungkin beberapa tips untuk menyempurnakan permainan gitar. Konten ini cocok untuk penggemar musik yang ingin belajar lagu baru atau bagi mereka yang ingin menikmati kesenangan bermain musik dengan gitar. Silahkan disimak Lirik Lagu Big zulu – Vuma Dlozi Berikut Dibawah ini untuk Selanjutnya.

[intro]
shwele nkabi

[pre-chorus: mnqobi yazo]
kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la
zinyawo zami baleka
kukhon’ usizi oluzayo la
aw mina anginakulimela
wololo wololowo wololowo mama
wololowo ma wololowo

[chorus: mnqobi yazo]
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma

[verse 1: big zulu]
ukuphumelela kwami, ngathol’ amazondo nganiyala
ekuhluphekeni kwami, ngashiya nogogo ngakhala
aw ngivikele dlozi lami, ngiynkabi ngingqongqo nginganixaka
awu xola sitha sami, ngathatha nendondo nayisaba
thokoza gogo, lempumelelo kodwa singifakele izitha
ngahlomul’ indondo,ngaphokophela
ngezwa sekukhonkoth’ izinja
ngaziphonsel’ ithambo zaxabana zodwa
[?]
ngadons’ ubrentwood ngangena kwingezo
ezami ng-yphonsela ipizza
inkabi inganigila
ng-ybiza nabhimba
ngazibiza ngenkabi, n-z-biza ngenkabi, bafana nganidida
ngoshuni nginganixina
ngenduku nginganidinda
ngazigubhel’ umgodi, bangilethel’ isdumbu
ngavele ngasigqiba

[pre-chorus: mnqobi yazo]
kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la
zinyawo zami baleka
kukhon’ usizi oluzayo la
aw mina anginakulimela
wololo wololowo wololowo mama
wololowo ma wololowo

[chorus: mnqobi yazo]
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma

[verse 2: big zulu]
shwele makhosi, ngizwa ngiyasindwa
naz’ izitha zingilandela
isihlalo sobukhosi, lesi siyashisa
gobel’ ungivulel’ indlela
ngivikele dlozi, ngiphephise kwizitha
gogo ke ungishisele impepho
angilwi neyngane, mfana usemncane
igazi lingakfinyisa ikhehla
ngihamba ngophondo, yebo inkabi inendondo
ningibukela phansi ngoshuni wenkabi
ngaligqobha lezozo
loshuni owendlondlo
yebo umkhaya unenzondo
ngambuyisela emuv’ umafikizolo ngadlal’u 2bob
kuvumil’ idlozi, udubile udoti
ningangitsheli, inkabi inganilanda
bavumile ayihloli, ivumi’ indoni
nalentomb’ iyangithanda
bagugel’ egoli, babuyile aniboni
nibatshele bandlale ngizolala
bachoma ngekhekhe, ngazicelela inkomo netshwayi
ngavele ng-yihlaba

[pre-chorus: mnqobi yazo]
kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la
zinyawo zami baleka
kukhon’ usizi oluzayo la
aw mina anginakulimela
wololo wololowo wololowo mama
wololowo ma wololowo

[chorus: mnqobi yazo]
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma

[bridge: big zulu]
ngizofika sebedubile
ngizoyibiza sebevubile
lenkabi sebeyivumiile
yangena baybiza ubadumile
ngizogeza sebegezile
ngenduku sebeguqile
bacutha ngemkhonto ke baphel’ amandla
inkabi kad’ idlulile

[verse 3: big zulu]
ngazalwa ngabikwa nashiywa
ngabamba zaqina nganicika
nganfaka esbayeni, nganiqobel’ inyama
nakhala ngeyinzipho ngankhipha
ngagadla nganithinta nalila
ngathatha ngakhipha ngakhwifa
nganinik’ ubrentwood nachamel’ isoka
[?]
ungangitsheli ngo skrrr skrrr
inkabi ayini feeli
bakhul’ eslungwini, bachamel’ endlini [?]
ngengezo abazithinti
ezami abayfici
baqhathwa noshuni bakhulum’ islungu
tolika bathini

[pre-chorus: mnqobi yazo]
kukhon’ iynkinga ezingqongqozayo la
zinyawo zami baleka
kukhon’ usizi oluzayo la
aw mina anginakulimela
wololo wololowo wololowo mama
wololowo ma wololowo

[chorus: mnqobi yazo]
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma
aw ngithi vuma, aw vuma
vuma dlozi lami
vuma, aw vuma


Saksikan Video Lirik Lagu Big zulu – Vuma Dlozi Berikut ini..


Lirik lagu lainnya: